I-Woreda yisigaba noma ingxenye yesithathu ekuhlukanisweni kwezwe lase Itiyopiya. Ngokulandelana kuqala isifundazwe (region), kulandele isifunda (zone), kulandele i-woreda (woreda/district) bese kugcina iwadi (wards/kebele). Ngezansi uhlu lwama-woreda ase Itiyopiya ngaphansi kwezifundazwe kanye nezifunda atholakala kuzona.[1]