Umhlonishwa Cyril Matamela Ramaphosa | |
---|---|
Cyril Ramaphosa (2022) | |
Umongameli waseNingizimu Afrika wesi-5 | |
Manje | |
Isikhathi: 15 uNhlolanja 2018 | |
Emva kwa | Jacob Zuma |
Isekela Mongameli laseNingizimu Afrika | |
Isikhathi: 26 kuNhlaba 2014 – 14 uNhlolanja 2018 | |
President | Jacob Zuma |
Emva kwa | Kgalema Motlanthe |
Umongameli we-African National Congress | |
Manje | |
Isikhathi: 18 kuZibandlela 2017 | |
Emva kwa | Jacob Zuma |
Usihlalo we-National Planning Commission | |
Manje | |
Isikhathi: 3 kuNhlangulana 2014 | |
President | Jacob Zuma |
Emva kwa | Trevor Manuel |
Isekela Mongameli we-African National Congress | |
Isikhathi: 18 kuZibandlela 2012 – 18 kuZibandlela 2017 | |
President | Jacob Zuma |
Emva kwa | Kgalema Motlanthe |
uLandelwa | David Mabuza |
Unobhala jikelele we-ANC | |
Isikhathi: 1991–1997 | |
President | Nelson Mandela |
Emva kwa | Alfred Baphethuxolo Nzo |
uLandelwa | Kgalema Motlanthe |
Ukwazisa | |
Ubezalwa | Soweto, Transvaal | 17 ngoLwezi 1952
Uhlobo | South African |
Iqembu | African National Congress |
Ubeshada | Dr. Tshepo Motsepe |
Abantwana | 4 |
Alma mater | University of South Africa, Damelin |
Occupation | Businessman, trade unionist, politician. |
UMatamela Cyril Ramaphosa (owezalwa 17 ngoLwezi 1952) ungumongameli wesihlanu eNingizimu Afrika wephalamende lesi-6 wezi-2014. URamaphosa uphinde abe ngusomabhizinisi ohlonishwayo eNingizimu Afrika.
Mhla ziyi-18 kuZibandlela wezi-2017 wakhethwa ngamalunga e-ANC engqungqutheleni eyabe ibanjelwe eNarsec, eGoli ukuba abe ngumongameli waleli qembu.[1]
Mhla ziyi-19 kuZibandlela wezi-2022 kwamenyezelwa ukuthi iNgqungquthela Kazwelonke yama-55 ye-ANC ikhethe uRamaphosa ukuba athathe ihlandla lesibili njengomongameli we-ANC.[2]